Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Gibbethon
UJoshuwa 19 : 44
44 ne-Eliteke, neGibethoni, neBhahalati,
UJoshuwa 21 : 23
23 Esizweni sakwaDani: i-Eliteke nedlelo lalo, neGibethoni namadlelo alo,
1 Amakhosi 15 : 27
27 UBaesa, indodana ka-Ahiya, wendlu ka-Isakare, wamenzela ugobe; uBhahesha wamshaya eGibethoni yamaFilisti; ngoba uNadabi loIsrayeli wonke bavimbezela iGibethoni.
1 Amakhosi 16 : 15
15 Ngomnyaka wamashumi amabili nesikhombisa ka-Asa inkosi yakwaJuda uZimri wabusa eTirisa izinsuku eziyisikhombisa. Amadoda akanisa eGibethoni elingelamaFilisti.
1 Amakhosi 16 : 17
17 U-Omri wakhuphuka eGibethoni, no-Israyeli wonke kanye naye, bavimbezela iTirisa.
Leave a Reply