Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Furlong
Luka 24 : 13
13 Bheka, ababili babo babehamba ngalona lolo suku, beya emzaneni othiwa i-Emawuse, ukude neJerusalema amastadiyu angamashumi ayisithupha.
Johane 11 : 18
18 IBethaniya laliseduze neJerusalema, kungaba amastadiyu ayishumi nanhlanu.
IsAmbulo 21 : 16
16 Umuzi wawunezinhlangothi ezine ezilinganayo, ubude bawo bungangobubanzi bawo; walinganisa umuzi ngohlanga, amastadiyu ayizinkulungwane eziyishumi nambili. Ubude nobubanzi nokuphakama kwawo kuyalingana.
Leave a Reply