Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-diplomacy
UGenesise 21 : 23
23 Manje funga kimi lapha ngoNkulunkulu ukuthi awuyikungikhohlisa mina nendodana yami nendodana yendodana yami; kodwa ngokomusa engikubonise wona, kumelwe uwenze kimi nakulo izwe ogogobele kulo njengowezizwe.
UGenesise 26 : 31
31 Basebevuka ekuseni kakhulu, bafunga omunye komunye; u-Isaka wabamukisa, basuka kuye ngokuthula.
UJoshuwa 9 : 16
16 Kwathi ekupheleni kwezinsuku ezintathu benze isivumelwano labo, bezwa ukuthi bangomakhelwane babo lokuthi bahlala phakathi kwabo.
1 Samuweli 25 : 31
31 kungabi kini usizi noma isikhubekiso senhliziyo enkosini yami, ukuthi nichithe igazi ngeze, noma ukuthi inkosi yami iziphindisele; kepha uma uJehova enze okuhle enkosini yami, khumbula inceku yakho.
2 Samuweli 5 : 11
11 UHiramu inkosi yaseTire wathuma izithunywa kuDavide, nemisedari, nababazi, nabakhi, bamakhela uDavide indlu.
2 Samuweli 8 : 10
10 UJoramu indodana yakhe wayesethumela enkosini uDavide ukuyibingelela nokuyibusisa, ngokuba yayilwile noHadadezeri, yamnqoba; ngoba uHadadezeri wayelwile loThoyi. UJehoramu waletha izitsha zesiliva nezitsha zegolide nezitsha zethusi.
2 Samuweli 15 : 37
37 UHushayi umngane kaDavide wayesefika emzini, u-Abisalomu wafika eJerusalema.
2 Samuweli 16 : 19
19 Futhi ngizakhonza bani? angiyikukhonza phambi kwendodana yakhe na? njengalokho ngakhonza phambi kukayihlo, ngiyakuba njalo phambi kwakho.
2 Samuweli 17 : 14
14 U-Abisalomu nawo onke amadoda akwa-Israyeli bathi: “Iseluleko sikaHushayi um-Arki singcono kuneseluleko sika-Ahithofeli. Ngokuba uJehova wanquma ukuchitha iseluleko esihle sika-Ahithofeli, ngenjongo yokuthi uJehova uzomehlisela okubi u-Abisalomu.
2 Samuweli 20 : 22
22 Owesifazana wasesiya ebantwini bonke ngokuhlakanipha kwakhe. Balinquma ikhanda likaSheba, indodana kaBigi, baliphonsa kuJowabe. Wabetha icilongo, basuka emzini, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe. UJowabe wabuyela eJerusalema enkosini.
2 Samuweli 15 : 6
6 U-Abisalomu wenze njalo ku-Israyeli wonke abeza enkosini ukuba ahlulele; u-Abisalomu weba izinhliziyo zamadoda akwa-Israyeli.
Leave a Reply