Lithini iBhayibheli I-Beeroth – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Beeroth

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Beeroth

UJoshuwa 9 : 17
17 Abantwana bakwa-Israyeli basuka, bafika emizini yabo ngosuku lwesithathu. Imizi yabo yayiyiGibeyoni, neKefira, neBheroti, neKiriyati Jeharimi.

UJoshuwa 18 : 25
25 iGibeyoni, neRama, neBeyeroti,

2 Samuweli 4 : 2
2 Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinhloko zamaviyo; igama lenye lalinguBahana, igama lenye lalinguRegabi, amadodana kaRimoni waseBeyeroti wabantwana bakwaBenjamini; ngokuba iBeroti labalwa kanye noBenjamini;

Ezra 2 : 25
25 abantwana baseKiriyatharimi, neKefira, neBeyeroti, amakhulu ayisikhombisa namashumi amane nantathu.

UNehemiya 7 : 29
29 amadoda aseKiriyati Jeharimi, naseKefira, naseBeyeroti: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi amane nantathu.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *