Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Asceticism
Mathewu 11 : 19
19 INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.
Luka 7 : 34
34 INdodana yomuntu ifikile idla, inatha; nithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni.
KwabaseKolose 2 : 23
23 Izinto ezibonakala zihlakaniphile ekukhonzeni intando, lokuzithoba, lokudebeselela umzimba; kungahlonitshwa ngandlela thize kuze eneliseke inyama.
1 kuThimothewu 4 : 4
4 Ngoba sonke isidalwa sikaNkulunkulu sihle, kakulahlwa lutho, uba samukelwe ngokubonga;
Mathewu 11 : 18
18 Ngokuba uJohane wafika engadli, engaphuzi, bathi: ‘Unedemoni.’
Luka 7 : 33
33 Ngokuba uJohane uMbhapathizi wafika engadli sinkwa, engaphuzi wayini; nithi: ‘Unedemoni.’
Mathewu 19 : 12
12 Ngokuba kukhona abathenwa, abazalwa benjalo kwasesiswini sikanina; kukhona nabathenwa, abathenwa ngabantu; Lowo okwaziyo ukuwemukela, makawemukele.
Leave a Reply