Lithini iBhayibheli I-Arimatheya – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Arimatheya

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Arimatheya

Mathewu 27 : 57
57 Kwathi sekuhlwile, kweza umuntu ocebileyo wase-Arimathiya, ibizo lakhe linguJosefa, naye owayengumfundi kaJesu.

Marku 15 : 43
43 Kweza uJosefa wase-Arimathiya, ilunga elidumileyo, naye owayelindele umbuso kaNkulunkulu, wangena ngesibindi kuPilatu, wacela isidumbu sikaJesu.

Luka 23 : 51
51 Yena wayengavumelananga necebo nesenzo sabo; wayengowase-Arimathiya umuzi wamaJuda, naye owayelindele umbuso kaNkulunkulu.

Johane 19 : 38
38 Emva kwalokho uJosefa wase-Arimathiya, engumfundi kaJesu, kodwa ekusithekeni ngokwesaba abaJuda, wacela kuPilatu ukuba asuse isidumbu sikaJesu; uPilatu wamvumela. Ngakho weza wathatha isidumbu sikaJesu.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *