Lithini iBhayibheli I-Ajalon – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana I-Ajalon

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Ajalon

UJoshuwa 19 : 42
42 noShaalabhibini, no-Ajaloni, noJetla,

UJoshuwa 21 : 24
24 i-Ajaloni nedlelo layo, neGati-rimoni nedlelo layo; imizi emine.

1 Samuweli 14 : 31
31 Bawachitha amaFilisti ngalolo suku kusukela eMigimashi kuze kube se-Ajaloni, futhi abantu badinwa kakhulu.

1 IziKronike 6 : 69
69 ne-Ajaloni nedlelo layo, neGatrimoni nedlelo layo;

Abahluleli 1 : 35
35 Kodwa ama-Amori ahlala entabeni yaseHeresi e-Ajaloni naseSaalbimi;

Abahluleli 12 : 12
12 U-Eloni wakwaZebuloni wafa, wembelwa e-Ajaloni ezweni lakwaZebuloni.

2 IziKronike 28 : 18
18 AmaFilisti ahlasela imizi yasethafeni neningizimu yakwaJuda, athumba iBeti Shemeshi, ne-Ajaloni, neGederoti, neSogo namaduka ayo, neThimna namadlelo ayo, neGimizo nemizana yalo bahlala khona.

2 IziKronike 11 : 10
10 neSoreya, ne-Ajaloni, neHebroni, imizi ebiyelweyo kwaJuda nakwaBenjamini.

UJoshuwa 10 : 12
12 UJoshuwa wayesekhuluma kuJehova mhla uJehova enikela ama-Amori kubantwana bakwa-Israyeli, wathi phambi kwamehlo ka-Israyeli: “Langa, yima eGibeyoni; nawe nyanga esigodini sase-Ajaloni.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *