Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo I-Adulam
1 Samuweli 22 : 1
1 UDavide wayesesuka lapho, wabalekela emhumeni wase-Adulamu; kwathi abafowabo nawo wonke umndeni wakhe bekuzwa, behlela kuye khona.
2 Samuweli 23 : 13
13 Kwehla abathathu kwabayizikhulu ezingamashumi amathathu, beza kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase-Adulamu;
1 IziKronike 11 : 15
15 Kwehla abathathu kwabayizikhulu ezingamashumi amathathu, baya etsheni kuDavide emhumeni wase-Adulamu; impi yamaFilisti yayikanise esigodini samaRefa.
Amahubo 57 : 11
11 Phakamisa wena Nkulunkulu phezu kwamazulu; inkazimulo yakho mayibe phezu komhlaba wonke.
Amahubo 142 : 7
7 Khipha umphefumulo wami etilongweni, ngidumise igama lakho; abalungileyo bayongihaqa; ngoba uzangenzela umusa.
UGenesise 38 : 1
1 Ngaleso sikhathi uJuda wehla kubafowabo, wangena nomuntu wase-Adulamu, ogama lakhe linguHira.
UJoshuwa 12 : 15
15 inkosi yaseLibina, eyodwa; inkosi yase-Adulamu, eyodwa;
UJoshuwa 15 : 35
35 noJarimuthi no-Adulamu, noSogo no-Aseka,
2 IziKronike 11 : 7
7 noBetsuri noSoko no-Adulamu,
UNehemiya 11 : 30
30 iSanowa, i-Adulamu lemizana yayo, iLagishi lamasimu ayo, iAzeka lemizana yayo. Bahlala kusukela eBeri Sheba kuze kube sesigodini sikaHinomu.
UMika 1 : 15
15 Kodwa ngizaliletha indlalifa, wena owakhileyo eMaresa; uyofika e-Adulamu, inkazimulo ka-Israyeli.
Leave a Reply