Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hoshaya
UNehemiya 12 : 32
32 Ngemva kwabo kwaphuma uHoshaya nengxenye yezikhulu zakwaJuda.
UJeremiya 42 : 1
1 Zase zisondela zonke izinduna zamabutho, oJohanani indodana kaKhareya, loIshaniya indodana kaHoshaya, labo bonke abantu, kusukela komncinyane kusiya komkhulu;
UJeremiya 43 : 2
2 U-Azariya indodana kaHoshaya noJohanani indodana kaKhareya nawo onke amadoda azidlayo bathi kuJeremiya: “Ukhuluma amanga; uJehova uNkulunkulu wethu akakuthumanga ukuthi uthi: Ningayi eGibithe ukuba nigogobale khona.
Leave a Reply