Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hormah
UNumeri 14 : 45
45 Khona-ke ama-Amaleki kanye namaKhanani ayehlala kuleyo ntaba ehla, futhi bawanqoba, abadungadulisa kwaze kwaba seHorma.
UNumeri 21 : 3
3 UJehova walilalela izwi lika-Israyeli, wawanikela amaKhanani; bawaqalekisa nemizi yawo, waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iHorma.
UDuteronomi 1 : 44
44 Ama-Amori ahlala kuleyo ntaba aphuma anihlangabeza, anixosha, njengokwenza kwezinyosi, anichitha eSeyiri kwaze kwaba seHorma.
Abahluleli 1 : 17
17 UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, babulala amaKhanani ayakhe eSefati, baliqalekisa. Igama lomuzi lathiwa iHorma.
UJoshuwa 12 : 14
14 inkosi yaseHorma, eyodwa; inkosi yase-Aradi, eyodwa;
UJoshuwa 19 : 4
4 ne-Elitoladi, neBethule, neHorma,
1 IziKronike 4 : 30
30 naseBetuweli, naseHorma, naseZikilagi;
UJoshuwa 15 : 30
30 ne-Elitoladi, neKesili, neHorma,
1 Samuweli 30 : 30
30 nakulabo ababeseHorma, nakulabo ababeseKorasan, nakulabo ababese-Atagi,
Leave a Reply