Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hobab
UNumeri 10 : 29
29 UMose wayesethi kuHobabi, indodana kaRehuweli, wakwaMidiyani, umukhwe kaMose: “Sikhuphukela endaweni uJehova asho ngayo ukuthi: ‘Ngiyakuninika yona; hamba nathi, sizokwenzela okuhle; uJehova wakhuluma kahle ngo-Israyeli.
Abahluleli 4 : 11
11 UHebhere, umKheni, owayevela kubantwana bakwaHobabi, umukhwe kaMose, wazahlukanisa namaKheni, wamisa itende lakhe kwaze kwaba se-okini laseSanayimi eKedeshi.
Leave a Reply