Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hephzi-Bah
2 Amakhosi 21 : 1
1 UManase wayeneminyaka eyishumi nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nanhlanu eJerusalema. Igama likanina lalinguHefiziba.
U-Isaya 62 : 4
4 Kawusayikubizwa ngokuthi unguSishiywa; izwe lakho alisayikubizwa ngokuthi ihlane, kepha uyakubizwa ngokuthi iHefiziba nezwe lakho ngokuthi iBewula; ngoba uJehova uyathokoza ngawe, lelizwe lakho lizathembeka.
Leave a Reply