Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Heldai
1 IziKronike 27 : 15
15 Oweshumi nambili ngenyanga yeshumi nambili kwakunguHelidayi umNethofa ka-Otheniyeli; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.
1 IziKronike 11 : 30
30 uMaharayi umNethofa, noHeledi indodana kaBahana waseNethofa,
2 Samuweli 23 : 29
29 uHelebe indodana kaBahana umNethofa, no-Ithayi indodana kaRibayi waseGibeya yabantwana bakwaBenjamini;
UZakariya 6 : 10
10 Thatha kwabathunjwayo, uHelidayi, uThobiya loJedaya, abaphuma eBhabhiloni, ungene ngalona lolosuku, ungene endlini kaJosiya indodana kaZefaniya;
Leave a Reply