Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Heb
1 IziKronike 5 : 13
13 Abafowabo bendlu yoyise babe: ngoMikayeli, noMeshulamu, noSheba, noJorayi, noJagani, noSiya, noHebhere, beyisikhombisa.
1 IziKronike 8 : 22
22 no-Ispan, noHebhere, no-Eliyeli,
UGenesise 46 : 17
17 Amadodana ka-Asheri: UJimna, noJisuwa, noIshivi, noBeriya, noSeraki, udadewabo; namadodana kaBeriya; uHebere noMalikiyeli.
UNumeri 26 : 45
45 Kumadodana kaBeriya: kwaHebhere: ngumndeni wakwaHebhere; kwaMalikiyeli: ngumndeni wakwaMalikiyeli.
1 IziKronike 7 : 32
32 UHebhere wazala uJaflethi, noSomeri, noHotam, noShuwa udadewabo.
Luka 3 : 35
35 eyayiyindodana kaSaruki, eyayiyindodana kaRagawu, eyayiyindodana kaPhaleki, eyayiyindodana kaHebhere, indodana kaSala,
Abahluleli 4 : 11
11 UHebhere, umKheni, owayevela kubantwana bakwaHobabi, umukhwe kaMose, wazahlukanisa namaKheni, wamisa itende lakhe kwaze kwaba se-okini laseSanayimi eKedeshi.
Abahluleli 4 : 17
17 USisera wabaleka ngezinyawo waya etendeni likaJayeli umkaHebhere umKheni, ngokuba kwakukhona ukuthula phakathi kukaJabini inkosi yaseHazori nendlu kaHebhere umKheni.
Abahluleli 4 : 21
21 Khona-ke uJayeli umkaHebhere wathatha isikhonkwane etendeni waphatha isando ngesandla sakhe, waya kuye ngobumnene, wasibethela isikhonkwane ezinhlafunweni zakhe, wasigxisha emhlabathini, ngoba wayelele ubuthongo obukhulu futhi ekhathele. Ngakho wafa.
Abahluleli 5 : 24
24 Uyakubusiswa uJayeli phezu kwabesifazane, umkaHebhere umKheni, abusiswe phezu kwabesifazane etendeni.
1 IziKronike 4 : 18
18 Umkakhe uJuda wazala uYarede, uyise kaGedori, noHebhere, uyise kaSogo, noJekutiyeli, uyise kaSanowa. Lawa angamadodana kaBitiya, indodakazi kaFaro, owathatha uMredi.
1 IziKronike 8 : 17
17 noZebadiya, noMeshulamu, noHiski, noHebhere,
Leave a Reply