Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Hashub
UNehemiya 3 : 11
11 UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHasubu, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga nombhoshongo wamaziko.
UNehemiya 3 : 23
23 Emva kwakhe kwalungisa uBenjamini noHasubi maqondana nendlu yabo. Ngemva kwakhe u-Azariya indodana kaMahaseya indodana ka-Ananiya wabuyela endlini yakhe.
UNehemiya 10 : 23
23 uHoseya, uHananiya, uHashubi,
1 IziKronike 9 : 14
14 NakubaLevi; emadodaneni kaMerari, uShemaya, indodana kaHasubu, indodana ka-Asrikamu, indodana kaHashabiya;
UNehemiya 11 : 15
15 KumaLevi: nguShemaya, indodana kaHashubi, indodana ka-Asirikamu, indodana kaHashabiya, indodana kaBuni;
Leave a Reply