Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Grace, Christian
Mathewu 5 : 11
11 Nibusisiwe, nxa benithuka, benizingela, bekhuluma konke okubi ngani, beqamba amanga ngenxa yami.
KwabaseRoma 5 : 5
5 Futhi ithemba alijabhisi; ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.
1 kwabaseKorinte 13 : 8
8 Uthando alusoze lwaphela; noma kukhona izilimi, ziyakunqamuka; noma kukhona ukwazi, kuyakunyamalala.
1 kwabaseKorinte 13 : 13
13 Manje-ke kumi ukukholwa, nokwethemba, nothando, lokho kokuthathu; kodwa okukhulu kukho konke uthando.
KwabaseGalathiya 5 : 23
23 ubumnene, nokuzithiba: akukho mthetho omelene nokunjalo.
Leave a Reply