Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Flagon
Hoseya 3 : 1
1 Wayesethi uJehova kimi: “Hamba, uthande owesifazane othanda umngane wakhe, kepha oyisiphingi, njengokuthanda kukaJehova kubantwana bakwa-Israyeli, ababheka abanye onkulunkulu nabathanda imigodla yewayini.
2 Samuweli 6 : 19
19 Wababela abantu bonke, isixuku sonke sakwa-Israyeli, kwabesifazane namadoda, kwaba yilowo nalowo iqebelengwane lesinkwa, neqatha lenyama, negabha lewayini. Basuka bonke abantu baya ezindlini zabo.
Isihlabelelelo Sezihlabelelo 2 : 15
15 Sithatheleni izimpungushe, izimpungushe ezincane ezichitha izivini, ngokuba izivini zethu zinezithelo zomvini.
Leave a Reply