Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ezithinta wena
Marku 9 : 43 – 45
43 Njalo uba isandla sakho sikukhubekisa, siqume;
44 lapho impethu yabo ingafi khona, nomlilo ongacimi.
45 Njalo uba unyawo lwakho lukukhubekisa, luqume;
EkaJokobe 4 : 7
7 Ngakho zehliseleni kuNkulunkulu. Melanani noSathane, khona uyakunibalekela;
KwabaseGalathiya 6 : 7 – 8
7 Ningakhohliswa; UNkulunkulu akahlekwa, ngokuba lokho akuhlwanyelayo umuntu uyakuvuna kona futhi.
8 Ngokuba ohlwanyelela enyameni yakhe uyakuvuna ukonakala enyameni; kodwa ohlwanyelela kuMoya uyakuvuna ukuphila okuphakade kuMoya.
EkaJokobe 4 : 7 – 8
7 Ngakho zehliseleni kuNkulunkulu. Melanani noSathane, khona uyakunibalekela;
8 Sondelani kuNkulunkulu, laye uzasondela kini. Hlambululani izandla nina zoni; nihlanze izinhliziyo zenu nina eninhliziyombili.
1 kaPetru 5 : 9
9 melanani naye niqinile ekukholweni, nazi ukuthi zona lezi zinhlupheko ziyafezwa kubazalwane benu abasezweni.
KwabaseRoma 8 : 1
1 Ngakho-ke akusekho ukulahlwa kwabakuKristu Jesu, abangahambi ngokwenyama kodwa ngokukaMoya.
Leave a Reply