Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ezisongelayo
KwabaseRoma 12 : 19
19 Bathandekayo, ningaziphindiseli nina, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: Ngokwami ukuphindisela; ngiyakubuyisela mina, isho iNkosi.
Mathewu 5 : 38 – 39
38 Nizwile kwathiwa: Iso ngelihlo, nezinyo ngezinyo;
39 Kepha mina ngithi kini: Ningamelani nokubi;
1 kuThimothewu 5 : 8
8 Kepha uma umuntu engabondli abakhe, ikakhulu abendlu yakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.
Leave a Reply