Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo enobuqotho
Luka 1 : 1 – 4
1 Njengoba abanengi sebebambele isandla ukuhlela isimemezelo sezinto ezikholwayo phakathi kwethu,
2 njengalokho basinikela bona, ababengofakazi bokuzibonela kwasekuqaleni nezikhonzi zezwi;
3 Kwabonakala kukuhle kimi nami, sengikwazi kahle zonke izinto kusukela ekuqaleni, ukukubhalela ngokulandelana, Theyofilu odumileyo,
4 ukuze wazi iqiniso lezinto ozifundisiweyo.
Leave a Reply