Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo eKhilikhiya
IzEnzo 6 : 9
9 Kwasekusukuma abathile besinagoge elithiwa elabaKhululwa, nabaseKhurene, nabase-Aleksandriya, nabavela eKhilikhiya nase-Asiya, baphikisana noStefanu;
IzEnzo 15 : 23
23 Basebebhala izincwadi ngabo ngalendlela; Abaphostoli namalunga nabazalwane bayakhonza kubazalwane abavela kwabezizwe e-Antiyokiya, naseSiriya, naseKhilikhiya;
IzEnzo 15 : 41
41 Wadabula iSiriya neKhilikhiya eqinisa amabandla.
KwabaseGalathiya 1 : 21
21 Emva kwalokho ngafika emazweni aseSiriya naseKhilikhiya;
IzEnzo 27 : 5
5 Sadabula ulwandle lwaseKhilikhiya nasePhamfiliya, safika eMira yaseLisiya.
Leave a Reply