Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo eKhana
Johane 2 : 11
11 Lokho ukuqala kwezibonakaliso uJesu wakwenza eKhana laseGalile, ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa kuye.
Johane 4 : 47
47 Lathi selizwile ukuthi uJesu usefikile eGalili evela eJudiya, laya kuye, lamncenga ukuthi ehle, asilise indodana yakhe, ngoba yayisigulela ukufa.
Johane 21 : 2
2 Kwakundawonye oSimoni Petru, noTomase othiwa uDidimu, noNathanayeli waseKhana laseGalile, namadodana kaZebedewu, nabanye ababili kubafundi bakhe.
Leave a Reply