Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Efesu
IzEnzo 18 : 21
21 Kodwa wabavalelisa, wathi: “Ngimelwe nakanjani ukugcina lo mkhosi ozayo eJerusalema, kepha ngiyakubuyela kini, uma uNkulunkulu ethanda. Wamuka ngomkhumbi e-Efesu.
IzEnzo 20 : 38
38 Badabukile kakhulu ngamazwi awashoyo ukuthi abasayikubona ubuso bakhe. Basebemphelekezela baze bafika emkhunjini.
IzEnzo 18 : 28
28 Ngokuba wawakholisa kakhulu abaJuda, naphambi kwabantu, ebonakalisa ngemibhalo ukuthi uJesu unguKristu.
IzEnzo 19 : 16
16 Umuntu okuye umoya omubi weqela phezu kwabo, wabanqoba, wabahlula, baze babaleka kuleyondlu benqunu, belimele.
1 kuThimothewu 1 : 3
3 Njengalokhu ngakuncenga ukuthi uhlale e-Efesu, ekungeneni kwami eMakedoniya, ukuze uyale abanye ukuthi bangafundisi enye imfundiso;
2 kuThimothewu 4 : 12
12 UThikhiku ngimthumele e-Efesu.
2 kuThimothewu 1 : 18
18 INkosi mayimnike ukuba athole umusa eNkosini ngalolo suku, nokuthi zingaki izinto angikhonza ngazo e-Efesu, uyakwazi wena kahle.
IsAmbulo 1 : 11
11 esithi: Mina nginguAlfa loOmega, owokuqala lowokuphela; e-Efesu, naseSmirna, nasePhergamo, naseThiyathira, naseSardesi, naseFiladelfiya, naseLawodikeya.
IsAmbulo 2 : 7
7 Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila, ophakathi kwepharadesi likaNkulunkulu.
Leave a Reply