Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo E-Aradi
UNumeri 21 : 1
1 Kwathi umKhanani, inkosi yase-Aradi, owayakhe eningizimu, wezwa ukuthi u-Israyeli ufikile ngendlela yezinhloli; walwa no-Israyeli, wathumba abanye babo.
UNumeri 33 : 40
40 UmKhanani, inkosi yase-Aradi, owahlala eningizimu ezweni laseKhanani, wezwa ngokufika kwabantwana bakwa-Israyeli.
UJoshuwa 12 : 14
14 inkosi yaseHorma, eyodwa; inkosi yase-Aradi, eyodwa;
1 IziKronike 8 : 15
15 noZebadiya, no-Aradi, no-Adere,
Leave a Reply