Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Derbe
IzEnzo 14 : 6
6 Sebekunanzelele lokho, babalekela eListra leDerbe, imizi yeLikawoniya, lezabelo ezizingelezeleyo.
IzEnzo 14 : 20
20 Kepha kwathi abafundi bemhanqile, wavuka, waya emzini; ngangomuso wamuka noBarnaba, baya eDerbe.
IzEnzo 16 : 1
1 Khona wafika eDerbe naseListra; bheka, kwakukhona lapho umfundi othile, uThimothewu igama lakhe, indodana yowesifazane ongumJuda okholiweyo; kepha uyise wayengumGreki.
IzEnzo 20 : 4
4 Wamphelekezela kwaze kwaba se-Asiya uSopatro waseBereya; nabaseThesalonika, u-Aristarku noSekhundu; noGayu waseDerbe, noThimothewu; nabase-Asiya, oThikhiku noTrofimu.
Leave a Reply