Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Cozbi
UNumeri 25 : 15
15 Igama lowesifazane wakwaMidiyani owabulawayo lalinguKoshibi, indodakazi kaSuri; wayeyinhloko yesizwe nendlu yenkosi kwaMidiyani.
UNumeri 25 : 18
18 Ngokuba bayanihlupha ngezinkanuko zabo abanikhohlisa ngazo endabeni kaPeyori nangendaba kaKoshibi, indodakazi yesikhulu sakwaMidiyani, udadewabo, owabulawa ngenxa kaPeyori ngosuku lwenhlupheko.
Leave a Reply