Lithini iBhayibheli chukuluza – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana chukuluza

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo chukuluza

Kwabase-Efesu 6 : 4
4 Nani bobaba, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.

KwabaseKolose 3 : 21
21 Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, funa badangale.

Kwabase-Efesu 6 : 1 – 4
1 Bantwana, lalelani abazali benu eNkosini, ngokuba lokho kulungile.
2 Yazisa uyihlo nonyoko; (ongumlayo wokuqala onesithembiso;)
3 Ukuze kube kuhle kuwe, futhi uhlale isikhathi eside emhlabeni.
4 Nani bobaba, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.

KumaHeberu 10 : 24
24 Asicabangelaneni ukuze sivuselelane othandweni nasemisebenzini emihle;

ULevitikusi 19 : 28
28 Aniyikuzigcaba enyameni yenu ngenxa yabafileyo, ningazifaki amabala; nginguJehova.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *