Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Chamberlain
2 Amakhosi 23 : 11
11 Wasusa amahhashi amakhosi akwaJuda ayewanikele elangeni ngasemnyango wendlu kaJehova, ekamelweni likaNathani-Meleki umthenwa owayesedlelweni, nezinqola zelanga zishisiwe ngomlilo.
Esteri 1 : 15
15 Ngokomthetho, kufanele senzeni ngendlovukazi uVashiti, ngoba akazange enze umyalo wenkosi u-Ahashiveroshi esebenzisa izinduna?
Esteri 2 : 21
21 Ngalezo zinsuku lapho uMoridekayi ehlezi esangweni lenkosi, izinceku ezimbili zenkosi, uBhigithani noTeresi, ababeqapha umnyango, bathukuthela bazama ukubeka isandla enkosini u-Ahashiveroshi.
Esteri 4 : 5
5 U-Esteri wayesebiza uHathagi, omunye wezinceku zenkosi eyayimmisile ukuba amnakekele, wamnika umyalo kuMoridekayi ukuze azi ukuthi kuyini nokuthi kungani.
IzEnzo 12 : 20
20 Kepha uHerode wayebathukuthelele abaseTire nabaseSidoni; ngoba ilizwe labo londliwa yilizwe lenkosi.
KwabaseRoma 16 : 23
23 Uyakhonza kini uGayu, esingimbelele, nebandla lonke. Uyakhonza kini u-Erastu induna yomuzi, noKwartu umzalwane.
Leave a Reply