Lithini iBhayibheli Bhaana – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Bhaana

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Bhaana

2 Samuweli 4 : 2
2 Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinhloko zamaviyo; igama lenye lalinguBahana, igama lenye lalinguRegabi, amadodana kaRimoni waseBeyeroti wabantwana bakwaBenjamini; ngokuba iBeroti labalwa kanye noBenjamini;

2 Samuweli 4 : 6
6 Basebefika lapho phakathi kwendlu, kungathi bayolanda ukolweni; bamshaya esikhunjeni sesihlanu, uRegabi noBhana umfowabo babaleka.

2 Samuweli 4 : 9
9 UDavide wabaphendula uRekabi noBahana umfowabo, amadodana kaRimoni waseBeyeroti, wathi kubo: “Kuphila kukaJehova owuhlengile umphefumulo wami osizini lonke!

2 Samuweli 23 : 29
29 uHelebe indodana kaBahana umNethofa, no-Ithayi indodana kaRibayi waseGibeya yabantwana bakwaBenjamini;

1 IziKronike 11 : 30
30 uMaharayi umNethofa, noHeledi indodana kaBahana waseNethofa,

Ezra 2 : 2
2 abeza noZerubhabheli: ngoJeshuwa, noNehemiya, noSeraya, noRehelaya, noMoridekayi, noBilisani, noMispari, noBhigwayi, noRehumi, noBahana. Inani lamadoda abantwana bakwa-Israyeli:

UNehemiya 7 : 7
7 abeza noZerubhabhele, noJeshuwa, noNehemiya, no-Azariya, noRamaya, noNahamani, noMoridekayi, noBilsan, noMisperet, noBhigwayi, noNehume, noBahana. Inani lamadoda abantwana bakwa-Israyeli laliyilo;

UNehemiya 10 : 27
27 uMaluki, uHarimi, uBahana.

1 Amakhosi 4 : 16
16 UBahana indodana kaHushayi wayekwa-Asheri nase-Aloti.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *