Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Beor
UGenesise 36 : 32
32 UBela indodana kaBeyori wabusa kwa-Edomi, igama lomuzi wakhe laliyiDinihaba.
1 IziKronike 1 : 43
43 Lawa angamakhosi abusa ezweni lakwa-Edomi, kungakabusi nkosi phezu kwabantwana bakwa-Israyeli; uBhela indodana kaBeyori, igama lomuzi wakhe laliyiDinihaba.
UNumeri 22 : 5
5 Wathuma izithunywa kuBileyamu indodana kaBeyori kuPhethori osemfuleni wezwe labantwana babantu bakubo ukuba zimbize, zithi: “Bheka, kuphume abantu eGibithe; bheka, zisibekela ubuso bomhlaba, futhi zihlala phambi Kwami.
2 kaPetru 2 : 15
15 abayishiyile indlela eqondileyo baduka belandela indlela kaBalami indodana kaBosori owathanda inkokhelo yokungalungi;
Leave a Reply