Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Beam
1 Samuweli 17 : 7
7 Udondolo lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki; ikhanda lomkhonto wakhe lalingamashekeli angamakhulu ayisithupha ensimbi, nophethe isihlangu waphuma phambi kwakhe.
2 Samuweli 21 : 19
19 Kwaba khona enye impi namaFilisti eGobi, lapho u-Elihanani indodana kaJahare-oregimi waseBetlehema, umfowabo kaGoliyati, umGiti, omkhonto wakhe wawunjengogongolo lomaluki, wahlula khona.
Mathewu 7 : 3
3 Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kanti ugongolo olukwelakho iso awuluboni na?
Luka 6 : 41
41 Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kanti ugongolo olukwelakho iso awuluboni na?
Leave a Reply