Lithini iBhayibheli Basemathi – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Basemathi

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Basemathi

UGenesise 26 : 34
34 U-Esawu wayeneminyaka engamashumi amane ekuthatheni kwakhe uJuditi indodakazi kaBeri umHeti noBasemati indodakazi ka-Eloni umHeti.

UGenesise 36 : 4
4 UAda wamzalela u-Esawu u-Elifazi; uBasemati wazala uRehuweli;

UGenesise 36 : 10
10 Lawa angamagama amadodana ka-Esawu: uElifazi, indodana ka-Ada, umka-Esawu, noRehuweli, indodana kaBasemati, umka-Esawu.

UGenesise 36 : 13
13 Lawa angamadodana kaRehuweli; oNahati, noSeraki, noShama, noMisa; labo babe ngamadodana kaBashimati umkaEsawu.

UGenesise 36 : 17
17 Lawa angamadodana kaRehuweli, indodana ka-Esawu; isikhulu esinguNahati, isikhulu esinguSeraki, isikhulu esinguShama, isikhulu esinguMisa; zizo ezo izikhulu zakwaRehuweli ezweni lakwaEdom; lawo angamadodana kaBashimati umkaEsawu.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *