Lithini iBhayibheli bafowethu nodadewethu – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana bafowethu nodadewethu

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo bafowethu nodadewethu

KwabaseRoma 14 : 10 – 12
10 Kepha umahlulelani umfowenu na? Udelelani umfowenu na? ngoba sonke siyakuma phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKristu.
11 Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Kuphila kwami,” isho iNkosi, “amadolo onke ayakuguqa phambi kwami, nezilimi zonke ziyakudumisa uNkulunkulu.
12 Ngakho-ke yilowo nalowo kithi uyakuziphendulela kuNkulunkulu.

EkaJokobe 5 : 16
16 Vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko wolungileyo unamandla amakhulu.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *