Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ayisebenzi
2 kwabaseThesalonika 3 : 12 – 16
12 Abanjalo siyabayala, sibayala ngeNkosi yethu uJesu Kristu, ukuba basebenze ngokuthula, badle okwabo isinkwa.
13 Kepha nina, bazalwane, ningakhathali ekwenzeni okuhle.
14 Uma ekhona ongalaleli izwi lethu kule ncwadi, mphawuleni lowo, ningahlanganyeli naye, ukuze abe namahloni.
15 Nokho ningamthathi njengesitha, kodwa nimyale njengomzalwane.
16 Kepha iNkosi yokuthula uqobo mayiniphe ukuthula ngezikhathi zonke ngezindlela zonke. INkosi mayibe nani nonke.
1 kuThimothewu 5 : 8
8 Kepha uma umuntu engabondli abakhe, ikakhulu abendlu yakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.
Leave a Reply