Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Aveni
U-Amose 1 : 5
5 Ngiyakwaphula umgoqo waseDamaseku, nginqume abakhileyo ethafeni lase-Aveni nophethe intonga yobukhosi endlini yase-Edene; futhi abantu base-Aramu bayothunjelwa eKhiri,” kusho uJehova.
UHezekeli 30 : 17
17 Izinsizwa zase-Aveni nasePhibesheti ziyakuwa ngenkemba, futhi le mizi iyothunjwa.
Hoseya 10 : 8
8 Izintaba zase-Aveni, isono sika-Israyeli, ziyakuchithwa; ameva nekhakhasi kuyakumila phezu kwama-altare abo; bayakuthi ezintabeni: Sisibekeleni; nakumagquma: Welani phezu kwethu.
Leave a Reply