Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Aphek
UJoshuwa 19 : 30
30 NeUma, ne-Afeki, neRehobe: imizi engamashumi amabili nambili nemizana yayo.
Abahluleli 1 : 31
31 U-Asheri naye akabaxoshanga abakhileyo e-Akgo nabakhe eSidoni, ne-Agilabi, ne-Agisibi, neHeliba, ne-Aphiki, neRehobe.
1 Samuweli 4 : 11
11 Umphongolo kaNkulunkulu wathathwa; amadodana amabili ka-Eli, oHofini noFinehasi, abulawa.
1 Samuweli 29 : 1
1 AmaFilisti abutha zonke izimpi zawo e-Afeki; abantwana bakwa-Israyeli bamisa ngasemthonjeni oseJizreyeli.
1 Samuweli 31 : 13
13 Athatha amathambo abo, awangcwaba phansi kwesihlahla eJabeshi, azila ukudla izinsuku eziyisikhombisa.
UJoshuwa 12 : 18
18 inkosi yase-Afeki, eyodwa; inkosi kaLazaro, inye;
1 Amakhosi 20 : 30
30 Kepha abanye babalekela e-Afeki emzini; kwawela ugange phezu kwamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nesikhombisa. UBhenihadadi wabaleka, wangena emzini ekamelweni elingaphakathi.
Leave a Reply