Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Ananiya
IzEnzo 23 : 5
5 UPawuli wasesithi: Bengingazi, bazalwane, ukuthi ungumpristi omkhulu;
IzEnzo 24 : 1
1 Kwathi emva kwezinsuku eziyisihlanu u-Ananiya umpristi omkhulu wehla kanye namalunga, nomkhulumeli othile uTertulu, bona bemangalele uPawulu kumbusi.
IzEnzo 25 : 2
2 Khona umpristi omkhulu nezikhulu zabaJuda bamangalela uPawulu kuye, bamncenga.
IzEnzo 5 : 11
11 Ukwesaba okukhulu kwehlela phezu kwebandla lonke nakubo bonke abazizwayo lezizinto.
IzEnzo 9 : 18
18 Kwawa masinyane emehlweni akhe kungathi izinkwethu, wabuye wabona, wasukuma, wabhapathizwa.
IzEnzo 22 : 16
16 Manje ulibelelani na? sukuma ubhapathizwe, uhlanze izono zakho, ubize igama leNkosi.
Leave a Reply