Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Ammiel
UNumeri 13 : 12
12 Owesizwe sakwaDani, u-Amiyeli indodana kaGemali.
2 Samuweli 9 : 5
5 Inkosi uDavide yayisithumela yamlanda endlini kaMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari.
2 Samuweli 17 : 27
27 UDavide esefikile eMahanayimi, noSobi indodana kaNahashi eRaba labantwana bakwa-Amoni, noMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi,
1 IziKronike 3 : 5
5 Bazalelwa yena eJerusalema; oShimeya, noShobabi, noNathani, noSolomoni, bobane, kuBatsuwa indodakazi ka-Amiyeli;
2 Samuweli 11 : 3
3 UDavide wayesethumela wabuza kowesifazane. Omunye wathi: “Lo akasiye uBati Sheba indodakazi ka-Eliyamu umka-Uriya umHeti na?
1 IziKronike 26 : 5
5 no-Amiyeli owesithupha, no-Isakare owesikhombisa, noPewuletayi owesishiyagalombili; ngoba uNkulunkulu wambusisa.
Leave a Reply