Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo amazwi angenalutho
Mathewu 12 : 36 – 37
36 Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa.
37 Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa.
Mathewu 12 : 37
37 Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa.
Mathewu 12 : 36
36 Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa.
KumaHeberu 10 : 26
26 Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, awusekho umhlatshelo wezono;
KwabaseKolose 3 : 25
25 Kepha owenza okubi uyakwamukeliswa okubi akwenzileyo; akukho ukukhetha komuntu.
Leave a Reply