Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Amathambo
UHezekeli 37 : 14
14 Ngiyakubeka uMoya wami kini, niphile, nginihlalise ezweni lakini; khona niyakwazi ukuthi mina Jehova ngikhulumile, ngenza,” usho uJehova.
Amahubo 34 : 20
20 Uyawalonda onke amathambo akhe; akekho kubo ophukile.
Johane 19 : 36
36 Ngoba lezizinto zenziwa ukuze kugcwaliseke umbhalo othi: Akuyikuphulwa thambo lakhe.
Leave a Reply