Lithini iBhayibheli Amasayi – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Amasayi

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Amasayi

1 IziKronike 6 : 25
25 Amadodana ka-Elkana ngu u-Amasayi no-Ahimoti.

1 IziKronike 6 : 35
35 indodana kaSufi, indodana ka-Elkana, indodana kaMahati, indodana ka-Amasayi,

1 IziKronike 12 : 18
18 Umoya wehlela phezu kuka-Amasayi owayeyinduna yezinduna, wathi: “Singakuwe, Davide, singakuwe, ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula kube kuwe, nokuthula kubasizi bakho; ngoba uNkulunkulu wakho uyakusiza. UDavide wabamukela, wabenza abaholi beviyo.

1 IziKronike 15 : 24
24 OSebaniya, noJehoshafati, noNethaneli, no-Amasayi, noZakariya, noBenaya, no-Eliyezeri, abapristi, babetha amacilongo phambi komphongolo kaNkulunkulu; o-Obede Edomi noJehiya babengabamasango omphongolo.

2 IziKronike 29 : 12
12 Ayesesuka amaLevi, oMahati indodana ka-Amasayi, noJoweli indodana ka-Azariya emadodaneni amaKohati; emadodaneni kaMerari: nguKishi indodana ka-Abidi, no-Azariya indodana kaJehaleli kumaGereshoni; uJowa, indodana kaSima, no-Edene indodana kaJowa;

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *