Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo amandla obufakazi
IzEnzo 4 : 33
33 Abaphostoli bafakaza ngamandla amakhulu ngokuvuka kweNkosi uJesu; umusa omkhulu wawuphezu kwabo bonke.
KwabaseGalathiya 2 : 20
20 Ngibethelwe kanye noKristu, nokho ngiyaphila; nokho akumina, kodwa uKristu uphila kimi, nokuphila engikuphila manje enyameni ngikuphila ngokukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.
IsAmbulo 12 : 11
11 Bona bamehlula ngegazi leWundlu langezwi lobufakazi babo; futhi abakuthandanga ukuphila kwabo kwaze kwaba sekufeni.
EkaJokobe 1 : 5
5 Uma noma ubani kini entula ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu opha bonke ngobuhle, engasoli; njalo uzakuphiwa.
1 kwabaseThesalonika 5 : 24
24 Uthembekile onibizayo, oyakukwenza futhi.
Leave a Reply