Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo amandla nobuthakathaka
2 kuThimothewu 2 : 15
15 Khuphela ukuba uziveze uthembekile kuNkulunkulu, isisebenzi esingenamahloni, esiqondisa kahle izwi leqiniso.
EkaJokobe 1 : 5
5 Uma noma ubani kini entula ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu opha bonke ngobuhle, engasoli; njalo uzakuphiwa.
Johane 8 : 32
32 Niyakulazi iqiniso, neqiniso liyakunikhulula.
1 kwabaseKorinte 12 : 9
9 omunye ukholo ngaye lowoMoya; omunye izipho zokuphulukisa ngaye lowoMoya;
KwabaseRoma 15 : 4
4 Ngoba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela langenduduzo yemibhalo sibe lethemba.
KumaHeberu 4 : 12
12 Ngokuba izwi likaNkulunkulu liphilile, linamandla, libukhali kunezinkemba zonke ezisika nhlangothi zombili, lihlaba kuze kwahlukaniswe umphefumulo nomoya, amalungu nomnkantsha, lahlulela imicabango nezizindlo zenhliziyo.
2 kaPetru 3 : 16
16 njengalokhu nakuzo zonke izincwadi zakhe, ekhuluma kuzo ngalezizinto; okukhona kuzo ezinye izinto ezilukhuni ukuzwisiswa, okuthi abangafundileyo nabangazinzile bazihlanekezele, njengokuba benza neminye imibhalo, kube ngukubhujiswa kwabo.
Leave a Reply