Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo amandla engqondo
KwabaseGalathiya 5 : 16 – 17
16 Ngakho ngithi: Hambani ngoMoya, khona aniyikufeza izinkanuko zenyama.
17 Ngokuba inyama ikhanuka okuphambene noMoya, noMoya ukhanuka okuphambene nenyama; lezi zinto ziphambene, ukuze ningenzi enikuthandayo.
KwabaseRoma 12 : 2
2 Ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibentsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu enhle, neyamukelekayo, nepheleleyo.
Leave a Reply