Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo AmaKristu ashada nabangewona amaKristu
2 kwabaseKorinte 6 : 14
14 Maningaboshelwa ejokeni linye nabangakholwayo; ngokuba kunakuhlanganyela kuni ukulunga nokungalungi na? Kunakuhlanganyela kuni ukukhanya nobumnyama na?
1 kwabaseKorinte 7 : 39
39 Umfazi uboshiwe ngomthetho ngesikhathi indoda yakhe isekhona; kepha uma indoda isifile, ukhululekile ukuba agane nendoda ayithandayo; eNkosini kuphela.
Leave a Reply