Lithini iBhayibheli amakhadi esikweletu – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana amakhadi esikweletu

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo amakhadi esikweletu

Izaga zikaSolomoni 22 : 7
7 Ocebileyo ubusa ompofu, nobolekayo yisigqila somboleki.

Luka 16 : 11
11 Ngakho-ke uma ningathembekanga kokukaMamona ongalungile, ngubani oyakuniphathisa okuqinisileyo na?

Luka 14 : 28
28 Ngoba ngumuphi kini othi efuna ukwakha umbhoshongo, angahlali phansi kuqala, abale izindleko, ukuthi unakho ukuwuqeda na?

KwabaseRoma 13 : 8
8 Ningakweleti muntu, kuphela elokuthandana, ngokuba othanda omunye uwugcwalisile umthetho.

UDuteronomi 5 : 21
21 Ungafisi umfazi womakhelwane wakho, ungafisi indlu yomakhelwane wakho, nezwe lakhe, nenceku yakhe, nencekukazi yakhe, nenkabi yakhe, nembongolo yakhe, nokunye okomakhelwane wakho.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *