Lithini iBhayibheli Amacala – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Amacala

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Amacala

1 Amakhosi 21 : 16
16 Kwathi u-Ahabi esezwile ukuthi uNaboti ufile, u-Ahabi wasuka, wehlela esivinini sikaNaboti waseJizreyeli ukuba asidle.

UJeremiya 26 : 24
24 Kodwa isandla sika-Ahikamu, indodana kaShafani, sasinoJeremiya, ukuze bangamnikeli esandleni sabantu ukuba bambulale.

UJeremiya 37 : 15
15 Izikhulu zamthukuthelela uJeremiya, zamehlula, zamfaka etilongweni endlini kaJonathani umbhali, ngokuba zayenza itilongo.

UDaniyeli 3 : 28
28 UNebukadinesari wakhuluma, wathi: “Makatuswe uNkulunkulu kaShadiraki, uMeshaki no-Abedi Nego, othume ingelosi yakhe, wakhulula izinceku zakhe ezimethembayo, waguqula izwi lenkosi, wakhulula imizimba yazo, ukuze bangamkhonzi, bakhulekele noma yimuphi unkulunkulu. Kodwa uNkulunkulu wabo.

UDaniyeli 6 : 24
24 Inkosi yasilaya, alethwa amadoda ayemangalele uDaniyeli, awaphosela emphandwini wezingonyama, wona, nabantwana bawo, nawomkawo; amabhubesi ababamba, bawaphula onke amathambo abo, noma baze bafika phansi emgodini.

Mathewu 26 : 61
61 Bathi: “Lo wathi: ‘Nginamandla okudiliza ithempeli likaNkulunkulu, ngilakhe ngezinsuku ezintathu.

Marku 14 : 58
58 Thina samuzwa ethi: Mina ngizadiliza lelithempeli elenziwe ngezandla, njalo ngensuku ezintathu ngizakwakha elinye elingenziwe ngezandla.

Mathewu 26 : 65
65 Umpristi omkhulu wayeseklebhula izingubo zakhe, wathi: “Usehlambalazile; sisaswelelani ofakazi na? bhekani, manje senikuzwile ukuhlambalaza kwakhe.

Marku 14 : 64
64 Nizwile ukuhlambalaza; nithini na? Base bemlahla bonke ngokuthi unecala lokufa.

Luka 22 : 71
71 Bathi: “Sisabufunelani ubufakazi na? ngoba thina ngokwethu sizwile ngomlomo wakhe.

Johane 19 : 7
7 AmaJuda amphendula athi: Thina silomlayo, langokomlayo wethu ufanele ukufa, ngoba uzenze iNdodana kaNkulunkulu.

Mathewu 27 : 11
11 UJesu wema phambi kombusi; umbusi wambuza wathi: “Wena uyinkosi yabaJuda na? UJesu wasesithi kuye: Utsho wena.

Mathewu 27 : 37
37 Babeka phezu kwekhanda lakhe icala lakhe libhaliwe ukuthi: LO NGUJESU INKOSI YABAJUDA.

Marku 15 : 2
2 UPilatu wambuza wathi: “Wena uyinkosi yabaJuda na? Wasephendula wathi kuye: Utsho wena.

Marku 15 : 26
26 Umbhalo wecala lakhe wawulotshiwe phezu kokuthi: INKOSI YABAJUDA.

Luka 23 : 3
3 UPilatu wambuza wathi: “Wena uyinkosi yabaJuda na? Wasephendula wathi kuye: Utsho wena.

Luka 23 : 38
38 Kwakukhona nombhalo phezu kwakhe ngezinhlamvu zesiGreki, nesiLatini, nesiHeberu, othi: LO UYINKOSI YABAJUDA.

Johane 18 : 30
30 Baphendula, bathi kuye: “Uma lowo ubengesiye umenzi wobubi, nga singamnikelanga kuwe.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *