Lithini iBhayibheli ama-nightclub – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana ama-nightclub

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ama-nightclub

1 kaPetru 5 : 8 – 9
8 Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;
9 melanani naye niqinile ekukholweni, nazi ukuthi zona lezi zinhlupheko ziyafezwa kubazalwane benu abasezweni.

Kwabase-Efesu 5 : 10
10 nihlola ukuthi kuyini okwamukelekayo eNkosini.

EkaJokobe 1 : 15
15 Khona lapho inkanuko isithathile, ibeletha isono;

EkaJokobe 4 : 7
7 Ngakho zehliseleni kuNkulunkulu. Melanani noSathane, khona uyakunibalekela;

KumaHeberu 13 : 4
4 Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *