Lithini iBhayibheli Ama-Neophyte – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Ama-Neophyte

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Ama-Neophyte

Marku 4 : 33
33 Walikhuluma izwi kubo ngemifanekiso eminingi enjalo, njengokuzwa kwabo.

Johane 16 : 4
4 Kepha nginitshelile lezizinto, ukuze kuthi lapho kufika isikhathi, nikhumbule ukuthi nganitshela khona. Futhi lezi zinto angishongo kini ekuqaleni, ngoba nganginani.

Johane 16 : 12
12 Ngisenezinto eziningi engizonitshela zona, kodwa ningekuthwale manje.

1 kwabaseKorinte 3 : 2
2 Nganipha ngobisi, hhayi ngokudla okudliwayo, ngokuba beningakakwazi ukukuthwala, namanje anikwazi.

1 kwabaseKorinte 8 : 9
9 Kepha qaphelani, funa lelo lungelo lenu libe yisikhubekiso kwababuthakathaka.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *