Lithini iBhayibheli Abesifazane abangamaKristu – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana Abesifazane abangamaKristu

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abesifazane abangamaKristu

1 kuThimothewu 2 : 9
9 Kanjalo nabesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, bazihlobise ngokuhlonipha nokuqonda; kungabi ngezinwele ezalukiweyo, negolide, namaparele, nezambatho ezinenani elikhulu;

1 kuThimothewu 2 : 12
12 Kepha angimvumeli owesifazane ukuba afundise, nokuba abuse phezu kwendoda, kodwa ukuba athule.

KwabaseKolose 3 : 20
20 Bantwana, lalelani abazali benu ezintweni zonke, ngokuba lokho kuyathandeka eNkosini.

KwabaseGalathiya 3 : 28
28 Akakho umJuda namGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.

1 kuThimothewu 2 : 11
11 Owesifazane makafunde ethule ngokuzithoba konke.

UDuteronomi 22 : 5
5 Owesifazane angagqoki okwendoda, nendoda ayiyigqoki ingubo yowesifazane; ngokuba bonke abenza lokhu bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *